Ikhasi Lesibili
November 8, 2001
Usizo Kwabesifazane Abashaywayo
Abesifazane emhlabeni wonke bashaywa abayeni babo noma abantu abahlala nabo. Abanye bayabulawa. Bangazivikela kanjani?
Isondo Elikhulu LaseVienna Elithandwayo 19
Amadolobha amaningi anesondo elikhulu likaFerris. ElaseVienna liyikhethelo. Kungani abase-Austria belithanda?
I-matatu—Inqola YaseKenya Emibalabala 22
Yonke imiphakathi inezinhlobo zayo zezinto zokuthutha. Yini eyenza i-matatu ihluke?