EYOKUQALA KWABASEKORINTE
UHLU LOKUPHAKATHI
1
Imikhonzo (1-3)
UPawulu ubonga uNkulunkulu ngabaseKorinte (4-9)
Isikhuthazo sokuba babe munye (10-17)
UKristu, amandla nokuhlakanipha kukaNkulunkulu (18-25)
Ukuziqhayisa ngoJehova kuphela (26-31)
2
Ukushumayela kukaPawulu eKorinte (1-5)
Ukuphakama kokuhlakanipha kukaNkulunkulu (6-10)
Umuntu oqondiswa umoya uqhathaniswa nomuntu wenyama (11-16)
3
AbaseKorinte basalandela izifiso zenyama (1-4)
UNkulunkulu uyakhulisa (5-9)
Yakhani ngezinto ezingashi (10-15)
Niyithempeli likaNkulunkulu (16, 17)
Ukuhlakanipha kwezwe kuwubuwula kuNkulunkulu (18-23)
4
Abaphathi kufanele bathembeke (1-5)
Ukuthobeka kwezikhonzi ezingamaKristu (6-13)
UPawulu unakekela izingane zakhe ezingokomoya (14-21)
5
Icala lokuziphatha kabi ngokocansi (1-5)
Imvubelo encane iyibilisa yonke inhlama (6-8)
Umuntu omubi kumele asuswe (9-13)
6
Ukumangalelana phakathi kwabazalwane abangamaKristu (1-8)
Labo abangeke balizuze ifa loMbuso (9-11)
Khazimulisani uNkulunkulu emzimbeni wenu (12-20)
7
Iseluleko sabangashadile nabashadile (1-16)
Qhubekani nisesimweni enabizwa nikuso (17-24)
Abangashadile nabafelokazi (25-40)
8
9
10
Izibonelo eziyisixwayiso emlandweni ka-Israyeli (1-13)
Isixwayiso ngokukhonza izithixo (14-22)
Inkululeko nokucabangela abanye (23-33)
11
“Yibani abalingisi bami” (1)
Ubunhloko nesembozo sekhanda (2-16)
Ukugcina iSidlo SeNkosi Sakusihlwa (17-34)
12
13
14
15
Ukuvuswa kukaKristu (1-11)
Uvuko isisekelo sokholo (12-19)
Uvuko lukaKristu luyisiqinisekiso (20-34)
Umzimba wenyama, umzimba womoya (35-49)
Ukungafi nokungonakali (50-57)
Okuningi eningakwenza emsebenzini weNkosi (58)
16
Iminikelo yamaKristu aseJerusalema (1-4)
Izinhlelo zohambo lukaPawulu (5-9)
Ukuvakasha okuhleliwe kukaThimothewu no-Apholo (10-12)
Izikhuthazo nemikhonzo (13-24)