Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ijwcl isihloko 26
  • Bathola “Ipharele Elilodwa Elibiza Kakhulu”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Bathola “Ipharele Elilodwa Elibiza Kakhulu”
  • IBhayibheli Lishintsha Ukuphila
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UMbuso Usho Okungakanani Kuwe?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
  • ‘Ukuthola Iparele Elilodwa Lenani Eliphakeme’
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2005
  • Ukuphishekela ‘Iparele Lenani Eliphakeme’ Namuhla
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2005
  • Yithande Ingcebo Oyiphiwe UNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2017 (Efundwayo)
Bheka Okunye
IBhayibheli Lishintsha Ukuphila
ijwcl isihloko 26

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Bathola “Ipharele Elilodwa Elibiza Kakhulu”

UJesu wafundisa ukuthi uMbuso kaNkulunkulu uyoxazulula zonke izinkinga zabantu. (Mathewu 6:10) KuMathewu 13:44-46, washo le mifanekiso emibili elandelayo ukuze abonise ukubaluleka kweqiniso loMbuso kaNkulunkulu:

Izithombe: Amadoda amabili asemfanekisweni kaJesu. 1. Indoda imba esigangeni futhi ibonakala imangele ngenxa yalokho ekutholayo. 2. Enye indoda iphethe ipharele futhi iyamomotheka.
  • Umuntu othile wayesebenza esigangeni, engalindele wathola ingcebo efihliwe.

  • Umthengisi ohamba efuna amapharele amahle uthola ipharele elilodwa elibiza kakhulu.

Bobabili laba bantu bathengisa konke abanakho ukuze bagcine ingcebo abayitholile. Laba bantu bamelela labo abawubheka njengobaluleke kakhulu uMbuso kaNkulunkulu kangangokuba bayazidela kakhulu ukuze bathole izibusiso zawo. (Luka 18:29, 30) Kule vidiyo, bona indaba yodade nomzalwane abafana nalaba bantu abasemfanekisweni kaJesu.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela