Uhlu Lokuphakathi
June 15, 2015
© 2015 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
UMAGAZINI OFUNDWAYO
JULY 27, 2015–AUGUST 2, 2015
UKristu Ungamandla KaNkulunkulu
IKHASI 3 • IZINGOMA: 14, 109
AUGUST 3-9, 2015
IKHASI 9 • IZINGOMA: 84, 99
AUGUST 10-16, 2015
IKHASI 14 • IZINGOMA: 83, 57
AUGUST 17-23, 2015
Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 1
IKHASI 22 • IZINGOMA: 138 NguJehova Igama Lakho (ingoma entsha), 89
AUGUST 24-30, 2015
Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 2
IKHASI 27 • IZINGOMA: 22, 68
IZIHLOKO EZIFUNDWAYO
▪ UKristu Ungamandla KaNkulunkulu
▪ Wayebathanda Abantu
Lezi zihloko ezikhuluma ngezimangaliso zikaJesu zisifundisa izifundo ezisebenzisekayo ngokupha nangokusiza abanye. Zidingida nezinye zezimfanelo zikaJesu ezinhle kakhulu. Zisinika ithemba lesikhathi esesiseduze lapho sizobona izimangaliso ezinhle kakhulu zenzeka emhlabeni wonke.
▪ Singahlala Simsulwa
Siphila ezweni eliziphethe kabi, ngakho kungaba nzima ukuba msulwa nokwenza lokho okujabulisa uJehova. Lesi sihloko sibonisa ukuthi singalwa nezifiso ezimbi ngokusondela kuJehova, ngokulalela iseluleko esivela eZwini lakhe nangokuthola usizo lwamaKristu avuthiwe.
▪ Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 1
▪ Phila Ngokuvumelana Nomthandazo Oyisibonelo—Ingxenye 2
Asiphindi amazwi uJesu awasebenzisa emthandazweni oyisibonelo njalo lapho sithandaza, kodwa singafunda izifundo ezibalulekile kuwo. Lezi zihloko zibonisa ukuthi singaphila kanjani ngokuvumelana nomthandazo oyisibonelo.
EZINYE EZIKULO MAGAZINI
ISEMBOZO: Abanye oFakazi basebenzisa izikebhe ukuze bayoshumayela kubantu abahlala eqoqweni leziqhingi okuthiwa iBocas del Toro eziseduze kogu olusenyakatho-ntshonalanga yePanama. Abanye babo babashumayeza ngolimi lwesiNgabere
EPANAMA
INANI LABANTU
3 931 000
ABAMEMEZELI
16 217
AMAPHAYONA AVAMILE
2 534
Emabandleni angu-309 asePanama, kunamaphayona akhethekile angaphezu kuka-180. Abamemezeli abangaba ngu-1 100 emabandleni angu-35 namaqembu angu-15 basebenzisa ulimi lwesiNgabere. Kunabamemezeli abacishe babe ngu-600 abakhonza emabandleni angu-16 nasemaqenjini ayisithupha abasebenzisa uLimi Lwezandla LwasePanama