Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yb06 kk. 1-2
  • Ikhasi Lesihloko/Ikhasi Labanyathelisi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ikhasi Lesihloko/Ikhasi Labanyathelisi
  • INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2006
  • Izihlokwana
  • “Kumelwe Silalele UNkulunkulu Njengombusi Kunabantu.”—IzE. 5:29.
INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2006
yb06 kk. 1-2

Ikhasi Lesihloko/Ikhasi Labanyathelisi

INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2006

“Kumelwe Silalele UNkulunkulu Njengombusi Kunabantu.”—IzE. 5:29.

Ngaphambi kokufa kwakhe, uJesu waxwayisa abaphostoli bakhe ngokuthi bayoba “yizinto zokuzondwa yizizwe zonke.” (Math. 24:9) Kusukela ubuKristu basungulwa, lawo mazwi aye abonakala eyiqiniso. Ohulumeni abaningi bazamile ukumisa ukumenyezelwa kwezindaba ezinhle, kodwa bahlulekile ngoba uJehova uyababusisa futhi abaqaphe abathembekile bakhe. (IHu. 97:10) Yeka ukuthi kufaneleka kanjani-ke ukusigcina sisengqondweni isihloko sonyaka ka-2006! Emakhasini alandelayo, uzozwa ukuthi oFakazi BakaJehova balalela uNkulunkulu njengoMbusi naphezu kokuphikiswa abantu ngezindlela ezihlukahlukene. Kwangathi ungathola isikhuthazo namandla okusilandela njalo isibonelo sabo.

[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]

Pages 6 and 12: Globe on brochure covers: Used with permission from The George F. Cram Company, Indianapolis, Indiana

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela