Ikhasi Lesihloko/Ikhasi Labanyathelisi
Incwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2003
Iqukethe Umbiko Wonyaka Wenkonzo Ka-2002
“Sondelani KuNkulunkulu, Naye Uyosondela Kini.”—Jakobe 4:8.
Akuve kuyisibusiso esimangalisayo ukuba nobuhlobo obuseduze noMbusi wendawo yonke! UngoPhakeme futhi unamandla nesifiso sokusinika ukuphila okungapheli siyimiqemane futhi sijabule. Isihloko sethu sonyaka ka-2003 sisiqinisekisa ngokuthi uJehova akagcini nje ngokuyibona imizamo yethu yokumthokozisa kodwa futhi uyazisa ngokujulile. Yeka ukuthi unothando kangakanani uNkulunkulu esimkhulekelayo!
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
Page 11: World Trade Center: Andrea Booher/FEMA News Photo; lava flow: AP Photo/Sayyid Azim; page 13: Courthouse: Photo by Josh Mathes, Collection of the Supreme Court of the United States; page 211: Refugees: U.S. Navy photo; page 235: Newspaper clipping: Manila Chronicle