Ikhasi Lesihloko/Ikhasi Labanyathelisi
INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2000
Iqukethe Umbiko Wonyaka Wenkonzo Ka-1999
“Asilona uhlobo oluhlehlela emuva . . . kodwa siwuhlobo olunokholo.”
Izinhlobo eziningi zezingcindezi ziyaluvivinya ukholo lwethu. Njengoba ukuphela kwalesi simiso esidala kusondela, izingcindezi ezinjalo ziyanda. Kodwa abantu abanokholo lweqiniso abahlehleli emuva. Yeka ukuthi sifike ngesikhathi kanjani lesi sikhuthazo esikulo mbhalo ongenhla weyamaHeberu 10:39, okhethwe njengesihloko sethu sonyaka ka-2000!
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
Picture credits: Cover and page 150: Mountain High Maps® Copyright © 1997 Digital Wisdom, Inc.; page 168: DÖW, Vienna, Austria; background on page 169: YIVO Institute for Jewish Research, courtesy of the USHMM Photo Archives