Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w24 Novemba k. 32
  • Thola Indawo Ekahle Ozotadishela Kuyo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Thola Indawo Ekahle Ozotadishela Kuyo
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Kushiwoni Ngamathuba Ezindaba Zomuntu Siqu?
    I-Phaphama!—1988
  • Umbono Olinganiselwe Ngamathuba Ezindaba Zomuntu Siqu
    I-Phaphama!—1988
  • Ngingasithola Kanjani Isikhathi Esengeziwe Sokuba Ngedwa?
    I-Phaphama!—1988
  • Kungani Ngingenakuba Nesikhathi Esengeziwe Sokuba Ngedwa?
    I-Phaphama!—1988
Bheka Okunye
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
w24 Novemba k. 32

AMACEBISO OKUTADISHA

Thola Indawo Ekahle Ozotadishela Kuyo

Ungathanda yini ukuzuza okwengeziwe esifundweni sakho somuntu siqu? La macebiso alandelayo angakusiza ukwazi ukugxilisa ingqondo lapho utadisha:

  • Khetha indawo ekahle. Uma kungenzeka, thola indawo ehlanzekile nekhanyayo ukuze ukwazi ukufunda kahle. Ungatadishela edeskini noma etafuleni, noma ukhethe indawo ekahle ngaphandle.

  • Thola indawo ozokwazi ukuba wedwa kuyo. UJesu wakhetha ukuthandaza “ekuseni kakhulu . . . endaweni engenabantu.” (Marku 1:35) Uma kungenakwenzeka ukuba ube wedwa, ungatshela umndeni wakho noma abantu ohlala nabo isikhathi otadisha ngaso, ucele bangakuphazamisi.

  • Zama ukugwema iziphazamiso. Uma usebenzisa ifoni noma ithebhulethi lapho utadisha, kucuphe ngendlela yokuba kungakuphazamisi. Uma kukhona okukhumbulayo okudingeka ukwenze, kubhale phansi ukuze ukwenze uma usuqedile ukufunda. Uma kunzima ukuba ugxilise ingqondo, thatha ikhefu ulule izinyawo noma uzelule.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela