Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Meyi k. 12
  • Juni 19-25

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Juni 19-25
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Meyi k. 12

Juni 19-25

2 IZIKRONIKE 34-36

  • Ingoma 97 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Uzuza Ngokugcwele Yini EZwini LikaNkulunkulu?”: (10 imiz.)

  • Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)

    • 2Kr 35:20-23​—Yisiphi isixwayiso esisithola kulokho okwenzeka eNkosini enhle uJosiya? (w17.03 27 ¶15-17)

    • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 35:1-14 (th isifundo 2)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese nixoxe kafushane ngesihloko esithi “Indlela Ongazuza Ngayo Ngokugcwele Kulezi Zifundo ZeBhayibheli.” (th isifundo 7)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mtshele ngewebhusayithi yethu bese umshiyela ikhadi lemininingwane yokuxhumana le-jw.org. (th isifundo 11)

  • Inkulumo: (5 imiz.) w17.09 25-26 ¶7-10​—Isihloko: Sebenzisa Amandla EZwi LikaNkulunkulu Enkonzweni Yakho. (th isifundo 14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 96

  • “Ingabe Ulisebenzisa Kahle IBhayibheli Elilalelwayo?”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 48 iphuzu 5, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 117 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela