Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Meyi k. 16
  • Zivikele Ezimfundisweni Zezihlubuki

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Zivikele Ezimfundisweni Zezihlubuki
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
    Isimiso SoMhlangano Wesigodi Onombonisi Wesigodi Ka-2025-2026
  • Indlela Yokunqoba Ukungabaza
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2024
  • Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
    Isimiso SoMhlangano Wesigodi Onommeleli Wegatsha Ka-2025-2026
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Meyi k. 16

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Zivikele Ezimfundisweni Zezihlubuki

USathane nalabo abathonyayo bavame ukuxuba amanga neqiniso ukuze benze buthaka ukholo lwethu. (2Ko 11:3) Ngokwesibonelo, abase-Asiriya abawakhulumanga wonke amaqiniso futhi baqamba amanga aluhlaza ukuze badikibalise abantu bakaJehova. (2Kr 32:10-15) Izihlubuki zisebenzisa ubuqili obufanayo nanamuhla. Kufanele senze njani lapho sizwa izimfundiso zezihlubuki? Zibheke njengoshevu, ngoba vele ziyiwo! Ungalokothi uzifunde, uphendule noma ukhulume ngazo. Shesha ukubona izinto ezenzelwe ukusenza singabaze uJehova nenhlangano yakhe​—futhi uzenqabe!​—Jude 3, 4.

Isiqephu esivela kuvidiyo ethi “‘Zivikele Ezimfundisweni Zezihlubuki’!—Isiqephu.” Umfoweth’ uDavid Splane weNdikimba Ebusayo.

BUKELANI IVIDIYO ETHI “LULWELENI KANZIMA UKHOLO”!​—ISIQEPHU BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Kungani kudingeka siqaphe uma sisebenzisa izinkundla ze-Inthanethi?

  • Singasisebenzisa kanjani iseluleko esitholakala kweyabaseRoma 16:17?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela