Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb22 Septhemba k. 8
  • Septhemba 26–Okthoba 2

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 26–Okthoba 2
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
mwb22 Septhemba k. 8

Septhemba 26–Okthoba 2

1 AMAKHOSI 15-16

  • Ingoma 73 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “U-Asa Waba Nesibindi​—Ingabe Wena Unaso? (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • 1Kh 16:34​—Leli vesi liluqinisa kanjani ukholo ezwini likaJehova eliyisiprofetho? (w98 9/15 21-22)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 15:25–16:7 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 16)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 07 iphuzu 6 (th isifundo 6)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 133

  • Amasosha KaKristu Anesibindi: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Ngemva kwalokho buza izilaleli: Ufundani esibonelweni sikaBenjamin noSruthi?

  • Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo ka-Septhemba ethi Okufezwa Inhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 20

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 103 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela