Novemba 29–Disemba 5
ABAHLULELI 4-5
Ingoma 137 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Usebenzisa Abesifazane Ababili Ukuze Akhulule Abantu Bakhe”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Hlu 5:20—Izinkanyezi zamlwela kanjani uBharaki zisezulwini? (w05 1/15 25 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 4:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umninikhaya INqabayokulinda No. 2 2021. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 4)
Inkulumo: (5 imiz.) w06 3/1 28-29—Isihloko: Kungayiphi Indlela ‘Abesifazane Kufanele Bathule Emabandleni’?—1Ko 14:34. (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Odade Bangamenzela Kanjani UJehova Okuningi?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi “Abesifazane Abasebenza Kanzima Enkosini”.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 16 ¶14-20, ibhokisi 16B
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 27 Nomthandazo