Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Januwari k. 15
  • Febhuwari 22-28

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Febhuwari 22-28
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Januwari k. 15

Febhuwari 22-28

NUMERI 5-6

  • Ingoma 81 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ungawalingisa Kanjani AmaNaziri?”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Num 6:6, 7—USamsoni waqhubeka kanjani engumNaziri nangemva kokuthinta izidumbu zabantu ayebabulele? (w05 1/15 30 ¶2)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 5:1-18 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi OFakazi BakaJehova—Singobani? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 1)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)

  • Inkulumo: (5 imiz.) w06 1/15 32—Isihloko: Umvubukulo Omangalisayo Ofakazela Ukuthi IBhayibheli Linembile Uma Likhuluma Ngomlando. (th isifundo 13)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 76

  • “Ungaba Yini Iphayona NgoMashi Noma Ngo-Ephreli?”: (5 imiz.) Ingxoxo.

  • Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMgqibelo, Febhuwari 27: (10 imiz.) Ingxoxo. Nikeza izilaleli isimemo, bese usho okuphakathi. Yisho amalungiselelo enziwe okuhlanganisa insimu. Dlala ividiyo yalokho ongase uxoxe ngakho. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo: Kufanele idlalwe nini ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu? Yiziphi ezinye izindlela umninikhaya angabonisa ngazo ukuthi uyathanda ukulalela?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 5 ¶9-16

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 36 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela