Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Novemba k. 3
  • Novemba 9-15

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Novemba 9-15
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Novemba k. 3

Novemba 9-15

LEVITIKUSI 1-3

  • INgoma 20 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Injongo Yeminikelo”: (10 imiz.)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi KaLevitikusi.]

    • Lev 1:3; 2:1, 12—Injongo yeminikelo eshiswayo neyokusanhlamvu (it-2-E 525; 528 ¶4)

    • Lev 3:1—Injongo yeminikelo ehlanganyelwayo (it-2-E 526 ¶1)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Lev 2:13—Kungani kwakufanele kulethwe usawoti lapho kulethwa iminikelo? (Hez 43:24; w04 5/15 22 ¶1)

    • Lev 3:17—Kungani ama-Israyeli ayenqatshelwe ukudla amafutha futhi lokhu kusifundisani? (it-1-E 813; w04 5/15 22 ¶2)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngayo?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Lev 1:1-17 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 53

  • “Inani ‘Lezinhlamvu Zemali Ezimbili Ezincane’”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umdala. Dlala ividiyo ethi ‘Isipho SikaJehova’. Funda incwadi evela egatsheni ebonga iminikelo etholwe phakathi nonyaka wenkonzo odlule.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 23 ¶15-29 nokubukeza, ek. 204

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 115 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela