Okthoba 26–Novemba 1
EKSODUSI 37-38
INgoma 43 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indima Ama-altare Asetabernakele Anayo Ekukhulekeleni Kweqiniso”: (10 imiz.)
Eks 37:25—I-altare lempepho laliseNdaweni Engcwele (it-1-E 82 ¶3)
Eks 37:29—Impepho engcwele yayihlanganiswe kahle (it-1-E 1195)
Eks 38:1—I-altare lomnikelo oshiswayo lalisegcekeni (it-1-E 82 ¶1)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 37:1, 10, 25—Kungani ukhuni lomtholo lwalufaneleka kahle ukuze kwakhiwe itabernakele? (it-1-E 36)
Eks 38:8—Izibuko zasendlini zasendulo zihluke kanjani kulezo ezisetshenziswa namuhla? (w15 4/1 15 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 37:1-24 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni yangakini. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnika umagazini wamuva ophendula umbuzo awubuzile. (th isifundo 12)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 199 ¶8-9 (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Umkhankaso Okhethekile KaNovemba Wokumemezela UMbuso KaNkulunkulu”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo kaNovemba ebonisa lapho nixoxa okokuqala bese nixoxa ngayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 22 ¶14-24 nokubukeza ek. 194
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 124 Nomthandazo