Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Septhemba k. 2
  • Ungalandeli Isixuku

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ungalandeli Isixuku
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJehova Uyasibusisa Isixuku Esikhulu Esingenakubalwa
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Kulungele Ukuthethelela Abanye
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Ukuhleba Kungani Kukhanga?
    I-Phaphama!—1991
  • Isixuku Esikhulu Esingenakubalwa
    IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Septhemba k. 2
Abesilisa nabesifazane babukela izindaba emafonini nakumathelevishini omphakathi amakhulu.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | EKSODUSI 23-24

Ungalandeli Isixuku

23:1-3

Isixwayiso uJehova asinikeza ofakazi nabahlulela amacala sokuba bangadukiswa yisixuku bese benikeza ubufakazi obungamanga noma bahlulele ngokungenabulungisa siyasebenza nakwezinye izinto ekuphileni. AmaKristu ahlale ecindezelwa ukuba acabange futhi aziphathe njengabantu baleli zwe abangamhloniphi uNkulunkulu.—Ro 12:2.

Kungani kungahlakaniphile ukulandela isixuku

  • lapho sizwa amahemuhemu noma inhlebo engenabo ubufakazi?

  • lapho sikhetha izingubo, izitayela zezinwele noma ezokuzijabulisa?

  • lapho sicabanga noma sisebenzelana nabantu bohlanga oluhlukile, amasiko ahlukile noma abanemali engalingani neyethu?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela