Meyi 25-31
GENESISE 42-43
INgoma 120 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJosefa Uzithiba Ngendlela Ephawulekayo”: (10 imiz.)
Gen 42:5-7—UJosefa wazibamba lapho ebona abafowabo (w15 5/1 13 ¶5; 14 ¶1)
Gen 42:14-17—UJosefa wabavivinya abafowabo (w15 5/1 14 ¶2)
Gen 42:21, 22—Abafowabo bakaJosefa babonisa ukuthi baphendukile (it-2-E 108 ¶4)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 42:22, 37—URubeni wabonisa kanjani ukuthi unobuntu obuhle? (it-2-E 795)
Gen 43:32—Kungani ukudla namaHebheru kwakuyinto enyanyekayo kubantu baseGibhithe? (w04 1/15 29 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 42:1-20 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese ubuza izilaleli: Yini ebonisa ukuthi umfowethu uwethule kahle umBhalo? Kungani umfowethu emnike incwadi ethi Lingasifundisani futhi uyethule kanjani?
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 15)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) lv 34 ¶18 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Zama Ukuthola Konke Okwenzeka”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Thuthukisa Indlela Ofunda Ngayo IBhayibheli—Isiqephu. Khuthaza izilaleli ukuba ziyibuke yonke ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 11 ¶1-11
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 150 Nomthandazo