Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb20 Febhuwari k. 6
  • Febhuwari 17-23

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Febhuwari 17-23
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2020
mwb20 Febhuwari k. 6

Febhuwari 17-23

GENESISE 18-19

  • INgoma 1 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “‘UMahluleli Womhlaba Wonke’ Ubhubhisa ISodoma NeGomora”: (10 imiz.)

    • Gen 18:23-25—U-Abrahama wayeqiniseka ngokuthi uJehova uhlale ekhipha izahlulelo ezilungile (w17.04 18 ¶1)

    • Gen 18:32—UJehova wamqinisekisa ngokuthi ngeke achithe iSodoma uma ethola abantu abayishumi abalungile (w18.08 30 ¶4)

    • Gen 19:24, 25—UJehova wachitha iSodoma neGomora ngenxa yabantu ababi ababehlala lapho (w10 11/15 26 ¶12)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Gen 18:1, 22—Kungayiphi indlela ‘uJehova abonakala’ ku-Abrahama futhi waqhubeka ‘emi’ naye? (w88 5/15 23 ¶4-5)

    • Gen 19:26—Kungani umkaLoti aba “yinsika kasawoti”? (w19.06 20 ¶3)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 18:1-19 (th isifundo 12)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli uwethule kahle umBhalo? Yini ebonisa ukuthi uyichaze kahle indlela umBhalo osebenza ngayo?

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumnika incwadi ethi Lingasifundisani, bese nixoxa ngesithombe esisekhasini 98. (th isifundo 9)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 35

  • “Ingabe Kuyakuzuzisa Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ningalithandi Izwe (1Joh 2:15).

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 4 ¶1-15 Ibhokisi ek. 39

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 137 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela