Januwari 20-26
GENESISE 6-8
INgoma 89 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Wenza Kanjalo Nje”: (10 imiz.)
Gen 6:9, 13—UNowa, indoda eyayilungile, wayephila nabantu ababi (w18.02 4 ¶4)
Gen 6:14-16—UNowa wanikezwa umsebenzi onzima (w13 4/1 14 ¶1)
Gen 6:22—UNowa wabonisa ukuthi unokholo kuJehova (w11 9/15 18 ¶13)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 7:2—Yini okungenzeka yayisetshenziswa ukuze kuhlukaniswe phakathi kwezilwane ezihlanzekile nezingahlanzekile? (w04 1/1 29 ¶7)
Gen 7:11—Kungenzeka avelaphi amanzi kaZamcolo agcwala umhlaba wonke? (w04 1/1 30 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 6:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo, bese ubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Ummemezeli umchazele kanjani umninikhaya ngeyoku-1 Johane 4:8? Abamemezeli basebenze kanjani ndawonye?
Lapho Ubuyela Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usunika umninikhaya okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukukhulekela Komkhaya: UNowa—Wahamba NoNkulunkulu: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza le mibuzo: Abazali bayisebenzise kanjani indaba kaNowa ukuze bafundise izingane zabo izifundo ezizuzisayo? Iziphi izinto ezinhle ozibone kule vidiyo ongazisebenzisa ekukhulekeleni komkhaya?
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 2 ¶1-12
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 28 Nomthandazo