Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Okthoba k. 6
  • Okthoba 28–Novemba 3

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okthoba 28–Novemba 3
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Okthoba k. 6

Okthoba 28–Novemba 3

2 PETRU 1-3

  • INgoma 114 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Kukhumbule Njalo Ukufika Kosuku LukaJehova”: (10 imiz.)

    • [Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi Yesibili KaPetru.]

    • 2Pet 3:9, 10—Usuku lukaJehova luyofika ngesikhathi esifanele (w06 12/15 27 ¶11)

    • 2Pet 3:11, 12—Kumelwe sicabange ngohlobo lwabantu okumelwe sibe yilo (w06 12/15 19 ¶18)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • 2Pet 1:19—Ubani “ikhwezi,” uphuma nini, futhi sazi kanjani ukuthi lokhu kuye kwenzeka? (w08 11/15 22 ¶1)

    • 2Pet 2:4—Iyini ‘iThartharusi,’ futhi izingelosi ezivukelayo zaphonswa nini khona? (w08 11/15 22 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 2Pet 1:1-15 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 7)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 154-155 ¶3-4 (th isifundo 13)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 96

  • “Ulithanda Kangakanani IZwi LikaNkulunkulu?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Babheka IBhayibheli Njengeliyigugu—Isiqephu (UWilliam Tyndale).

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 15 ¶17-20 nebhokisi ek. 160.

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 81 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela