Kuyasetshenzwa eBethel yaseWallkill, eNew York
Ongase Uxoxe Ngakho
●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA
Umbuzo: Ingabe siyoke sifike isikhathi lapho kungeke kube khona ogulayo?
UmBhalo: Isaya 33:24
Ngokuzayo: Iyoxazululwa kanjani inkinga yendlala emhlabeni wonke?
○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA
Umbuzo: Iyoxazululwa kanjani inkinga yendlala emhlabeni wonke?
UmBhalo: IHu 72:16
Ngokuzayo: Ingabe siyoke siphinde sibabone abantu esibathandayo abafa?
○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI
Umbuzo: Ingabe siyoke siphinde sibabone abantu esibathandayo abafa?
UmBhalo: Joh 5:28, 29
Ngokuzayo: Yini esenza sikholelwe ukuthi izithembiso zeBhayibheli zizogcwaliseka?