Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Julayi k. 6
  • Julayi 29–Agasti 4

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Julayi 29–Agasti 4
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Julayi k. 6

Julayi 29–Agasti 4

1 THIMOTHEWU 4-6

  • INgoma 80 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ingabe Ukhetha Ukuzinikela Kokuhlonipha UNkulunkulu Noma Umcebo?”: (10 imiz.)

    • 1Thim 6:6-8—Ukubaluleka ‘kokuzinikela kokuhlonipha uNkulunkulu kanye nokwaneliseka’ (w03 6/1 9 ¶1-2)

    • 1Thim 6:9—Imiphumela yokuzimisela ngokuceba (g 6/07 6 ¶2)

    • 1Thim 6:10—Ubuhlungu obuzwayo ngenxa yokuthanda imali (g 11/08 6 ¶5-7)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • 1Thim 4:2—Umuntu uwushisa kanjani unembeza wakhe futhi kungani lokho kuyingozi? (lv 22 ¶17)

    • 1Thim 4:13—Kungani uPawulu akhuthaza uThimothewu ukuba aqhubeke ezimisela ekufundeleni iningi? (it-2-E 714 ¶1-2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Thim 4:1-16 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Memela umninikhaya emhlanganweni. (th isifundo 11)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) lv 181-182 ¶20-21 (th isifundo 3)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) Yeka ngobuhlakani ukutadisha iBhayibheli nomuntu ongathuthuki.—Bheka i-mwb19.02 7. (th isifundo 12)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 37

  • Izinkinga Ezibangelwa Ukuthanda Izinto Ezibonakalayo: (7 imiz.) Dlala ividiyo ethi Kumelwe ‘Sigijime Ngokukhuthazela’—Lahla Imithwalo Engadingeki, bese nixoxa ngezifundo enizifundile.

  • “Ingabe Ukhetha Ukuzinikela Kokuhlonipha UNkulunkulu Noma Ukuzivocavoca?”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Okufanele Ukwazi Ngezemidlalo esengxenyeni ethi ukufunda ngemidwebo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 11 ¶8-14

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 79 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela