Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Meyi k. 3
  • Inkonzo Yethu Yokusiza Abanye

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Inkonzo Yethu Yokusiza Abanye
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Inkonzo Yokunikeza Usizo
    UMbuso KaNkulunkulu Uyabusa!
  • Ungaba Yini Iphayona NgoMashi Noma Ngo-Ephreli?
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Meyi k. 3

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | 2 KORINTE 7-10

Inkonzo Yethu Yokusiza Abanye

8:1-4; 9:7

AmaKristu anenkonzo ekabili—“inkonzo yokubuyisana,” noma umsebenzi wokushumayela nowokufundisa, kanye ‘nenkonzo emiselwe abangcwele,’ noma yokusiza amanye amaKristu. (2Ko 5:18-20; 8:4) Ngakho, ukusiza amaKristu adinga usizo kuyingxenye yenkonzo yethu engcwele. Lapho sisiza ngaleyo ndlela, sisuke

  • sinikeza abafowethu nodadewethu lokho abakudingayo.—2Ko 9:12a

  • sisiza labo abavelelwe izinhlekelele ukuba babuyele endleleni yabo evamile yokukhonza uJehova, ehlanganisa ukushumayela ngenkuthalo izindaba ezinhle ukuze babonise ukuthi bayambonga uJehova.—2Ko 9:12b

  • sikhazimulisa uJehova. (2Ko 9:13) Umsebenzi wokusiza abanye unikeza bonke abantu ubufakazi, kuhlanganise nalabo abangabathandisisi oFakazi BakaJehova

Umndeni wangezikhathi zeBhayibheli unikela ngemali; udadewethu ubukele njengoba iKomiti Yokusiza Ezinhlekeleleni ilungisa indlu yakhe
    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela