Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Ephreli k. 2
  • Ephreli 1-7

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ephreli 1-7
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Ephreli k. 2

Ephreli 1-7

1 Korinte 7-9

  • INgoma 136 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Kuyisipho Ukuba Ongashadile”: (10 imiz.)

    • 1Ko 7:32—AmaKristu angashadile angakhonza uJehova engenazo izinkathazo ezihlobene nokushada (w11 1/15 18 ¶3)

    • 1Ko 7:33, 34—AmaKristu ashadile ‘akhathazeka ngezinto zezwe’ (w08 7/15 27 ¶1)

    • 1Ko 7:37, 38—AmaKristu ahlala engashadile ukuze enze okwengeziwe enkonzweni kaJehova ‘enza kangcono’ kunamaKristu ashadile (w96 10/15 12-13 ¶14)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • 1Ko 7:11—Kungaphansi kwaziphi izimo lapho umKristu angase akhethe ukuhlala ngokwahlukana nomuntu ashade naye? (lv 220 ¶2-221 ¶2)

    • 1Ko 7:36—Kungani kufanele umKristu alinde kuze “kudlule ukuqhuma kobusha” ngaphambi kokuba ashade? (w00 7/15 31 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) 1Ko 8:1-13 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi ImiBhalo Yethulwe Kahle, bese nixoxa ngesifundo 4 sencwajana ethi Zimisele.

  • Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w12 11/15 20—Isihloko: Ingabe Labo Abakhetha Ukuhlala Bengashadile Basithola Ngokuyisimangaliso Lesi Sipho? (th isifundo 12)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 37

  • Yenza Ukuba Kwakho Ongashadile Kuphumelele: (15 imiz.) Dlala ividiyo. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo: AmaKristu amaningi angashadile abhekana naziphi izinkinga? (1Ko 7:39) Indodakazi kaJefta iyisibonelo esihle ngayiphi indlela? Yini uJehova ayipha labo abahamba ngobuqotho? (IHu 84:11) Amalungu ebandla angabakhuthaza kanjani labo abangashadile? Imiphi imikhakha yenkonzo amaKristu angashadile angayingenela?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 6 ¶1-9

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 32 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela