Okthoba 15-21
JOHANE 13-14
INgoma 100 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Nginibekela Isibonelo”: (10 imiz.)
Joh 13:5—UJesu wageza izinyawo zabafundi (iphuzu lokucwaninga elithi “ukugeza izinyawo zabafundi,” elikuJoh 13:5, kuyi-nwtsty-E)
Joh 13:12-14—Abafundi babe nesibopho ‘sokugezana izinyawo’ (iphuzu lokucwaninga elithi “kufanele,” elikuJoh 13:14, kuyi-nwtsty-E)
Joh 13:15—Bonke abafundi bakaJesu kumelwe balingise isibonelo sakhe sokuthobeka (w99 3/1 31 ¶1)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Joh 14:6—UJesu ‘uyindlela neqiniso nokuphila’ ngayiphi indlela? (iphuzu lokucwaninga elithi “Mina ngiyindlela neqiniso nokuphila,” elikuJoh 14:6, kuyi-nwtsty-E)
Joh 14:12—Labo ababonisa ukholo kuJesu ‘babeyoyenza’ kanjani “imisebenzi emikhulu kunale” ayenza? (iphuzu lokucwaninga elithi “imisebenzi emikhulu kunale,” elikuJoh 14:12, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 13:1-17
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze ushumayeze umuntu obuxoxa naye.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“AmaKristu Angempela Abonakala Ngothando—Gwema Ukuzicabangela Wena Futhi Ungacasuki Kalula”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi ‘Yibani Nothando Phakathi Kwenu’—Gwema Ukuzicabangela Wena Futhi Ungacasuki Kalula. Uma isikhathi sivuma, xoxani ngebhokisi elithi “Isibonelo SeBhayibheli Esingazindla Ngaso.”
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 14 ¶15-19 nebhokisi ek. 167
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 120 Nomthandazo