Okthoba 1-7
JOHANE 9-10
INgoma 25 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJesu Uyazinakekela Izimvu Zakhe”: (10 imiz.)
Joh 10:1-3, 11, 14—“Umalusi omuhle” uJesu, wazi imvu ngayinye futhi uzinakekela kahle izidingo zayo (Okubukwayo: “Isibaya,” okukuJoh 10:1, kuyi-nwtsty-E; w11 5/15 7-8 ¶5)
Joh 10:4, 5—Izimvu zazi izwi likaJesu hhayi elezihambi (cf 124-125 ¶17)
Joh 10:16—Izimvu zikaJesu zinobunye (iphuzu lokucwaninga elithi “ngizilethe,”elikuJoh 10:16, kuyi-nwtsty-E)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Joh 9:38—Yini indoda eyayiyimpumputhe futhi eyayiyisinxibi eyayikuqaphela lapho ikhothamela uJesu? (iphuzu lokucwaninga elithi “Wamkhothamela,” elikuJoh 9:38, kuyi-nwtsty-E)
Joh 10:22—Wawuyini umkhosi wokunikezela? (iphuzu lokucwaninga elithi “nomkhosi wokunikezela,” elikuJoh 10:22, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 9:1-17
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 14 ¶1-2
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 14 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 3 Nomthandazo