Julayi 23-29
LUKA 12-13
INgoma 4 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Nina Nibaluleke Ngaphezu Kondlunkulu Abaningi”: (10 imiz.)
Luka 12:6—UNkulunkulu akazikhohlwa ngisho nezinyoni ezincane (iphuzu lokucwaninga elithi “ondlunkulu,” elikuLuka 12:6, kuyi-nwtsty-E)
Luka 12:7—Indlela uJehova asazi ngayo ibonisa ukuthi uyasithanda (iphuzu lokucwaninga elithi “ngisho nezinwele zamakhanda enu zibaliwe zonke,” elikuLuka 12:7, kuyi-nwtsty-E)
Luka 12:7—Ngamunye wethu ubalulekile kuJehova (cl 241 ¶4-5)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Luka 13:24—Sisho ukuthini lesi seluleko sikaJesu? (iphuzu lokucwaninga elithi “Zikhandleni ngamandla,” elikuLuka 13:24, kuyi-nwtsty-E)
Luka 13:33—Kungani uJesu asho la mazwi? (iphuzu lokucwaninga elithi “akuvumelekile,” elikuLuka 13:33, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 12:22-40
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumemela umuntu emihlanganweni yebandla.
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa bese unika umuntu incwadi esifundisa ngayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 185 ¶4-5
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Nakuba Bebodwa Asibakhohliwe: (15 imiz.) Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, xoxani ngale mibuzo elandelayo:
Yiziphi izimo ezinzima laba bamemezeli abathathu ababhekana nazo?
UJehova ubonise kanjani ukuthi akazange abakhohlwe?
Laba bamemezeli baqhubeke kanjani bekhonza uJehova nakuba bebhekene nobunzima, futhi lokhu kuye kwabakhuthaza kanjani abanye?
Ungababonisa kanjani ukuthi uyabathanda labo asebekhulile nalabo abagulayo ebandleni lenu?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 11 ¶1-9
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 5 Nomthandazo