Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Meyi k. 7
  • Gwema Ukubanjwa Ugibe Lokwesaba Abantu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Gwema Ukubanjwa Ugibe Lokwesaba Abantu
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Bazimisele Ukushumayela Naphezu Koshushiso
    UJesu—Uyindlela, Iqiniso Nokuphila
  • “Nginibekela Isibonelo”
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Izinto Ezingasisiza Sinqobe Ukwesaba
    Funda KuMfundisi Omkhulu
  • Uyabathanda Abantwana
    INcwadi Yami Yezindaba ZeBhayibheli
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Meyi k. 7

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MARKU 13-14

Gwema Ukubanjwa Ugibe Lokwesaba Abantu

Kungani abaphostoli bahluleka ukumelana novivinyo lokwesaba abantu?

14:29, 31

  • Babezethemba ngokweqile. UPetru waze wacabanga nokuthi uzoba qotho kuJesu ukwedlula abanye abaphostoli

    UPetru uphika uJesu

14:32, 37-41

  • Abazange bahlale belindile futhi bethandaza

    Abaphostoli balele njengoba uJesu ethandaza

Ngemva kokuvuswa kukaJesu, yini eyasiza abaphostoli abaphendukile ukuba bagweme ukwesaba abantu futhi bashumayele naphezu kokuphikiswa?

13:9-13

  • Bazilalela izixwayiso zikaJesu, ngenxa yalokho ukuphikiswa noshushiso kwabafica bekulindele

  • Bathembela kuJehova futhi bathandaza.—IzE 4:24, 29

    UPetru noJohane phambi kweSanehedrini

Iziphi izimo ezingavivinya ukuthi sinesibindi kangakanani?

Owesifazane onguFakazi ukhuluma nodokotela wakhe esibhedlela; umfana onguFakazi akafuni ukushayela ifulege indesheni ekilasini; uFakazi umenyelwa ephathini yasemsebenzini
    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela