Meyi 28–Juni 3
MARKU 13-14
INgoma 55 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Gwema Ukubanjwa Ugibe Lokwesaba Abantu”: (10 imiz.)
Mar 14:29, 31—Abaphostoli babengazimisele ukumshiya uJesu
Mar 14:50—Lapho uJesu eboshwa, bonke abaphostoli babaleka bamshiya
Mar 14:47, 54, 66-72—UPetru wayenesibindi sokuvikela uJesu futhi wamlandela ehambela kude kodwa kamuva wamphika izikhathi ezintathu (ia 200 ¶14; it-2-E 619 ¶6)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Mar 14:51, 52—Ubani okungenzeka wayeyinsizwa eyabaleka inqunu? (w08 2/15 30 ¶6)
Mar 14:60-62—Isiphi isizathu okungenzeka senza uJesu wakhetha ukuphendula umbuzo wompristi ophakeme? (jy-E 287 ¶4)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 14:43-59
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Memela umuntu emihlanganweni yebandla.
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ongawusebenzisa. Hambisa incwadi esiyisebenzisela ukuqhuba isifundo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 181-182 ¶17-18
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“UJehova Uzokusiza Ube Nesibindi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 8 ¶11-18
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 81 Nomthandazo