Agasti 14-20
HEZEKELI 32-34
INgoma 144 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umsebenzi Onzima Womlindi”: (10 imiz.)
Hez 33:7—UJehova wamisa uHezekeli ukuba abe umlindi (it-2-E 1172 ¶2)
Hez 33:8, 9—Umlindi wayememezela isixwayiso ukuze agweme ukuba necala legazi (w88 1/1 28 ¶13)
Hez 33:11, 14-16—UJehova uzobalonda labo abalalela isixwayiso (w12 3/15 15 ¶3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hez 33:32, 33—Kungani kufanele siqhubeke sishumayela naphezu kokunganakwa? (w91 3/15 17 ¶16-17)
Hez 34:23—Uye wagcwaliseka kanjani lo mBhalo? (w07 4/1 26 ¶3)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 32:1-16
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozoa se-g17.4—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g17.4—Memela umuntu emihlanganweni yethu.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) fg isifundo 2 ¶9-10—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Lwela Ukuba Nobuntu Obubonisa Ukwesaba UNkulunkulu—Isibindi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Gwema Izinto Eziphazamisa Ubuqotho—Ukwesaba Abantu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 16 ¶6-17
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 117 Nomthandazo
a Elithi “isembozo” lapha lisho isihloko noma izihloko ezihambisana nendaba esemakhasini okuqala kamagazini.