Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Agasti k. 2
  • Agasti 7-13

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Agasti 7-13
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Agasti k. 2

Agasti 7-13

HEZEKELI 28-31

  • INgoma 85 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova Wavuza Isizwe Esasingamkhonzi”: (10 imiz.)

    • Hez 29:18—Inkosi yaseBhabhiloni uNebukhadinezari (noma uNebukhadirezari) ayitholanga mvuzo ngomsebenzi wayo onzima wokunqoba iThire (it-2-E 1136 ¶4)

    • Hez 29:19—INkosi uNebukhadinezari yathola iGibhithe njengempango esikhundleni seThire (it-1-E 698 ¶5)

    • Hez 29:20—UJehova wavuza abaseBhabhiloni ngenxa yokuthi babenza intando yakhe lapho benqoba iThire (g86 11/8 27 ¶4-5)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 28:12-19—Inkambo eyathathwa ababusi baseThire ifana kanjani nekaSathane? (it-2-E 604 ¶4-5)

    • Hez 30:13, 14—Sagcwaliseka kanjani lesi siprofetho? (w03 7/1 32 ¶1-3)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 29:1-12

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bahlanganise nezenzakalo zamuva ezintshumayelweni zabo nokuba bayisebenzise ngokugcwele i-video ethi Ungathanda Yini Ukuzwa Izindaba ezinhle? lapho behambisa incwajana ethi Izindaba Ezinhle.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 82

  • Izidingo Zebandla: (5 imiz.) Noma ningase nikhethe ukuxoxa ngezifundo ezitholakala kuyi-Ncwadi Yonyaka. (yb17 35-36) nebhokisi ekhasini 35

  • “Lwela Ukuba Nobuntu Obubonisa Ukwesaba UNkulunkulu —Ukuthobeka”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Gwema Izinto Eziphazamisa Ubuqotho—Ukuqhosha.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr “Ingxenye 5—Imfundo YoMbuso—Ukuqeqesha Izinceku ZeNkosi,” isahl. 16 ¶1-5, ibhokisi elithi “Ukukhulekela Komkhaya” nelithi “Imibuthano Yaminyaka Yonke Ihlanganisa Abantu BakaNkulunkulu”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 20 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela