Julayi 24-30
HEZEKELI 21-23
INgoma 99 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ubukhosi Bungobalowo Onelungelo Elingokomthetho”: (10 imiz.)
Hez 21:25—‘Isikhulu esikhohlakele sakwa-Israyeli’ kwakuyiNkosi uZedekiya (w07 7/1 13 ¶11)
Hez 21:26—Uhlu lukaDavide lwamakhosi ayebusa eJerusalema lwaluyonqamuka (w11 8/15 9 ¶6)
Hez 21:27—“Onelungelo elingokomthetho” nguJesu Kristu (w14 10/15 10 ¶14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hez 21:3—Iyini “inkemba” uJehova ayikhipha emgodleni wayo? (w07 7/1 14 ¶1)
Hez 23:49—Isahluko 23 siveza liphi iphutha, futhi isiphi isifundo esingasifunda? (w07 7/1 14 ¶6)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 21:1-13
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) fg—Yethula i-video ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? bese nixoxa ngayo kodwa ungayidlali.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) bh—Xoxa nomuntu ovame ukumhambisela umagazini. Yethula i-video ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? bese nixoxa ngayo kodwa ungayidlali.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 215 ¶2–216 ¶1
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukubonisa Inhlonipho Lapho Simi Emnyango Emakhaya Abantu”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umbonisi wenkonzo. Qala ngokudlala i-video enezixwayiso mayelana nokubonisa inhlonipho lapho simi emnyango emakhaya abantu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 15 ¶18-28
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 29 Nomthandazo