AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JEREMIYA 8-11
Abantu Bangaphumelela Kuphela Lapho Beqondiswa NguJehova
Abantu abanalo ikhono nelungelo lokuzibusa
Ngenxa yokuthi abelusi abangokomoya bakwa-Israyeli babengabuzi kuJehova, abantu basakazeka
Labo ababelandela isiqondiso sikaJehova baba nokuthula nenjabulo futhi bachuma