Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Mashi k. 4
  • March 20-26

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • March 20-26
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Mashi k. 4

March 20-26

JEREMIYA 8-11

  • INgoma 117 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Abantu Bangaphumelela Kuphela Lapho Beqondiswa NguJehova”: (10 imiz.)

    • Jer 10:2-5, 14, 15—Onkulunkulu bezizwe bangonkulunkulu bamanga (it-1-E 555)

    • Jer 10:6, 7, 10-13—Ngokungafani nonkulunkulu bezizwe, uJehova uwukuphela kukaNkulunkulu wangempela (w04 10/1 11 ¶10)

    • Jer 10:21-23—Abantu abakwazi ukuphumelela ngaphandle kwesiqondiso sikaJehova (w15 9/1 15 ¶1)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 9:24—Hlobo luni lokuzigabisa nokuziqhenya olulungile? (w13 1/15 20 ¶16)

    • Jer 11:10—Kungani uJeremiya amemezela nangombuso wasenyakatho wezizwe eziyishumi, nakuba iSamariya lase libhujisiwe ngo-740 B.C.E.? (w07 3/15 9 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 11:6-16

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo nesembozo se-wp17.2—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo nesembozo se-wp17.2—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) ll kk. 4-5 (Ummemezeli angazikhethela izithombe azoxoxa ngazo.)—Memela umuntu eSikhumbuzweni.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 101

  • “Indlela Yokusebenzisa Incwajana Ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade”: (15 imiz.) Qala ngokuxoxa ngesihloko imizuzu emihlanu. Kamuva, dlala i-video ebonisa ingxenye yesifundo seBhayibheli esiqhutshwa ngamakhasi 8 no-9 ale ncwajana bese nixoxa ngayo le video. Khuthaza izilaleli ukuba zihambisane nayo encwajaneni ethi Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr “Ingxenye 3—Izindinganiso ZoMbuso—Ukufuna Ukulunga KukaNkulunkulu” nesahl. 10 ¶1-7

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 35 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela