Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Januwari k. 7
  • January 30–February 5

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • January 30–February 5
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Januwari k. 7

January 30–February 5

ISAYA 43-46

  • INgoma 33 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova UnguNkulunkulu Weziprofetho Eziyiqiniso”: (10 imiz.)

    • Isaya 44:26-28​—UJehova waprofetha ukuthi iJerusalema nethempeli kwakuyokwakhiwa kabusha, futhi wathi igama lalowo owayeyonqoba iBhabhiloni kwakuyoba uKoresi (ip-2 71-72 ¶22-23)

    • Isaya 45:1, 2​—UJehova wanikeza imininingwane yokunqotshwa kweBhabhiloni (ip-2 77-78 ¶4-6)

    • Isaya 45:3-6​—UJehova wanikeza izizathu zokuba asebenzise uKoresi ukuze anqobe iBhabhiloni (ip-2 79-80 ¶8-10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Isaya 43:10-12—Ama-Israyeli ayezoba yisizwe sofakazi bakaJehova ngayiphi indlela? (w14 11/15 21-22 ¶14-16)

    • Isaya 43:25​—Isiphi isizathu esiyinhloko esenza uJehova asule izeqo? (ip-2 60 ¶24)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 46:1-13

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) lc​—Shumayela ngokwethukela kosebenza naye noma kofunda naye.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) lc​—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 4

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 143

  • Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso?: (15 imiz.) Dlala i-video ethi Singaqiniseka Kanjani Ukuthi IBhayibheli Liyiqiniso? Yibe usuxoxa ngemibuzo elandelayo: Singayisebenzisa kanjani le video lapho sishumayela ngokwethukela, obala nasendlini ngendlu? Yikuphi oye wakujabulela lapho usebenzisa le video?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 7 ¶19-23, ibhokisi elithi “JW.ORG,” ishadi elithi “Ezinye Zezindlela Ezasetshenziselwa Ukufinyelela Abantu Abaningi” nebhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 103 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela