Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Okthoba k. 4
  • October 17-23

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • October 17-23
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Okthoba k. 4

October 17-23

IZAGA 12-16

  • INgoma 69 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukuhlakanipha Kungcono Kunegolide”: (10 imiz.)

    • IzA 16:16, 17—Umuntu ohlakaniphile uyalitadisha iZwi likaNkulunkulu futhi alisebenzise (w07 7/15 8)

    • IzA 16:18, 19—Umuntu ohlakaniphile uyakugwema ukuqhosha nokuzidla (w07 7/15 8-9)

    • IzA 16:20-24—Umuntu ohlakaniphile usebenzisa ulimi lwakhe ukuze asize abanye (w07 7/15 9-10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzA 15:15—Yini esingayenza ukuze sijabule ngokwengeziwe ekuphileni? (g 11/13 16)

    • IzA 16:4—Kungayiphi indlela uJehova enza ukuba ababi bafeze “injongo yakhe”? (w07 5/15 18-19)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 15:18–16:6

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Joh 11:11-14—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 3:1-6; Ro 5:12—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 191 ¶18-19—Memela ofunda naye emihlanganweni yethu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 117

  • “Indlela Yokunikeza Impendulo Enhle”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova​—Lungiselela Impendulo Yakho. Yibe usucela izingane ezithile ukuba zize phambili uzibuze le imibuzo: Yiziphi izinyathelo ezine zokulungiselela impendulo? Kungani kungafanele siphoxeke ngisho nalapho singazange sinikezwe ithuba lokuba siphendule?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶23-34

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 102 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela