Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Juni k. 7
  • “Phonsa Umthwalo Wakho Phezu KukaJehova”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Phonsa Umthwalo Wakho Phezu KukaJehova”
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • “Phonsa Phezu KukaJehova Umthwalo Wakho”—Kanjani?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1983
  • Phonsa Umthwalo Wakho KuJehova Ngaso Sonke Isikhathi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1996
  • Indlela Ongabhekana Ngayo Ngokuphumelelayo Nokukhathazeka
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2022
  • “UNkulunkulu Ungumsizi Wami”
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Juni k. 7

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 52-59

“Phonsa Umthwalo Wakho Phezu KukaJehova”

UDavide wabhekana kaningi noshushiso olunzima ekuphileni kwakhe. Lapho eqamba iHubo 55, wayesebhekane . . .

  • UGoliyati nenceku yakhe

    Nokwethukwa

  • UDavide usinda ekulinyazweni umkhonto

    Nokushushiswa

  • UDavide udliwa unembeza

    Nomuzwa wecala onamandla

  • UBathi-sheba uyalila

    Nosizi emndenini

  • UDavide ugula kakhulu

    Nokugula

  • UDavide ujikelwa abantu ayebethemba

    Nokujikelwa abantu ayebethemba

Ngisho nalapho izinhlupheko zakhe zazibonakala zingaphezu kwamandla, uDavide wathola indlela yokubhekana nazo. Abantu abazizwa njengaye bangazuza eselulekweni sakhe esiphefumulelwe esithi: “Phonsa umthwalo wakho phezu kukaJehova.”

Singalisebenzisa kanjani leli vesi namuhla?

55:22

UDavide uyathandaza
  1. Thandaza kuJehova ngokusuka enhliziyweni nganoma iyiphi inkinga noma into ekukhathazayo

  2. Funa isiqondiso nokusekelwa eZwini likaJehova nasenhlanganweni yakhe

  3. Yenza ongakwenza ukuze udambise isimo ngokuvumelana nezimiso zeBhayibheli

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela