AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 38-44
UJehova Uyabasekela Abagulayo
Izinceku ezithembekile zingaqiniseka ukuthi uJehova uyozisekela kunoma ikuphi ukuhlupheka
UDavide wagula kakhulu
UDavide wayemcabangela ophansi
UDavide akalindelanga ukuphulukiswa ngokuyisimangaliso, kodwa wabheka kuJehova ukuze athole induduzo, ukuhlakanipha nokusekelwa
UJehova wayebheka uDavide njengendoda eqotho