AMAGUGU AVELA EZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 26-33
Bheka KuJehova Ukuze Uthole Isibindi
Ukukhumbula izenzo zikaJehova zokusindisa kwanikeza uDavide isibindi
UJehova wasindisa uDavide osemusha engonyameni
UJehova wasiza uDavide wabulala ibhere ukuze avikele umhlambi
UJehova wasekela uDavide lapho ebulala uGoliyathi
Yini engasisiza sibe nesibindi njengoDavide?
Umthandazo
Ukushumayela
Ukuba khona emihlanganweni
Isifundo somuntu siqu nokukhulekela komkhaya
Ukukhuthaza abanye
Ukukhumbula indlela uJehova asisize ngayo ezikhathini ezidlule