Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/15 k. 1
  • ISimiso Sesonto Lika-December 7

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-December 7
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 7
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 12/15 k. 1

ISimiso Sesonto Lika-December 7

ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 7

INgoma 86 Nomthandazo

ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

ia isahl. 4 ¶1-15, ibhokisi ek. 39 (30 imiz.)

ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: 2 IziKronike 10-14 (8 imiz.)

No. 1: 2 IziKronike 13:​13-22 (3 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: U-Ephafrodithu​—Iphuzu Eliyinhloko: Hlonipha Amadoda Anokwethenjelwa​—w96 8/15 kk. 27-30 (5 imiz.)

No. 3: Lisho Ukuthi Igama Elithi “Khesari”?​—w11 7/1 k. 29 izig. 4-7 (5 imiz.)

UMhlangano Wenkonzo:

Isihloko Senyanga: “Kumelwe singene embusweni kaNkulunkulu ngezinsizi eziningi.”​—IzEnzo 14:22.

INgoma 85

10 imiz: “Kumelwe Singene Embusweni KaNkulunkulu Ngezinsizi Eziningi.” Inkulumo esekelwe esihlokweni senyanga. Funda futhi uxoxe ngezEnzo 14:​21, 22 neyoku-1 Petru 4:​12-14. (Bheka INqabayokulinda ka-September 15, 2014, k. 13, izig. 3-6.) Khulumela kafushane ezinye zezingxenye zoMhlangano Wenkonzo wale nyanga futhi uqokomise indlela ezihlobana ngayo nesihloko senyanga. Bakhuthaze bonke ukuba babuke i-video ethi “Hamba Ngokholo, Hhayi Ngokubona” ekulungiseleleni uMhlangano Wenkonzo wesonto elizayo.

10 imiz: Kufanele Uphendule Kanjani? (Kol. 4:6) Inkulumo esekelwe encwadini ethi ISikole Senkonzo, ikhasi 69, izigaba 1-3. Makube nemiboniso emibili engafani. Embonisweni wokuqala, ummemezeli uphendula ngokhahlo lapho umninikhaya ekhuluma naye kabi, okwenza umninikhaya angasabeli kahle. Kowesibili, ngemva kokuba umninikhaya ekhulume kabi, ummemezeli uyama kancane, aphendule ngobumnene futhi umninikhaya usabela kahle.

10 imiz: “Bheka Abaprofethi Njengesibonelo​—UHabakuki.” Imibuzo nezimpendulo.

INgoma 74 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela