Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 11/15 k. 2
  • ISimiso Sesonto Lika-November 16

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-November 16
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 16
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 11/15 k. 2

ISimiso Sesonto Lika-November 16

ISONTO ELIQALA NGO-NOVEMBER 16

INgoma 17 Nomthandazo

ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

ia isahl. 2 ¶13-23, ukubukeza ek. 24 (30 imiz.)

ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: 1 IziKronike 26-29 (8 imiz.)

No. 1: 1 IziKronike 29:​20-30 (3 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: Sisho Ukuthini “Isihlawulelo”?​—lv k. 76 ibhokisi (5 imiz.)

No. 3: U-Elizabethe​—Iphuzu Eliyinhloko: Yesaba UNkulunkulu Futhi Ungasoleki​—w94 7/15 kk. 26-27 (5 imiz.)

UMhlangano Wenkonzo:

Isihloko Senyanga: “Mina ngatshala, u-Apholo wanisela, kodwa uNkulunkulu waqhubeka ekhulisa.”​—1 Kor. 3:6.

INgoma 35

10 imiz: Qhubeka ‘Unisela’ Ababonisa Isithakazelo. (1 Kor. 3:​6-8) Xoxa nephayona elivamile nommemezeli. Isiphi isimiso abanaso sokwenza izimpindelo? Balungiselela kanjani? Babhekana kanjani nenselele yokungabe besamthola umuntu esekhaya? Yikuphi okuhlangenwe nakho okuhle abakutholile?

20 imiz: “Izinto Eziqoshiwe​—Indlela Yokuzisebenzisa.” Imibuzo nezimpendulo. Chaza ukuthi abamemezeli bangazithola kanjani izinto eziqoshiwe ku-jw.org. Dlalela izilaleli isampula lento eqoshiwe. Makulingiswe okuhlangenwe nakho okusekupheleni kwesihloko esithi “Sebenzisa Ingosi Yethu Enkonzweni​—‘Izimpendulo Zemibuzo YeBhayibheli’” esikuyi-Nkonzo Yethu YoMbuso ka-November 2014.

INgoma 108 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela