ISimiso Sesonto Lika-September 14
ISONTO ELIQALA NGO-SEPTEMBER 14
INgoma 50 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 30 ¶10-18 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 2 AmaKhosi 16-18 (8 imiz.)
No. 1: 2 AmaKhosi 17:12-18 (3 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Ungazuza Kanjani Ngokugcwele Lapho Ufunda IBhayibheli?—igw k. 32 (5 imiz.)
No. 3: U-Ebhedi-meleki—Iphuzu Eliyinhloko: Ungesabi, Hlonipha Izinceku ZikaJehova—w12 5/1 k. 31 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: “Nikeza ubufakazi obuphelele ngezindaba ezinhle.”—IzE. 20:24.
10 imiz: ‘Ukunikeza Ubufakazi Obuphelele Ngezindaba Ezinhle.’ Inkulumo esekelwe esihlokweni senyanga nasencwadini ethi Ukunikeza Ubufakazi, isahluko 1, izigaba 1-11.—IzE. 20:24.
20 imiz: “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukufakaza Ensimini Yamabhizinisi.” Ingxoxo. Hlanganisa nomboniso onezingxenye ezimbili. Engxenyeni yokuqala, ummemezeli akahluleli kahle lapho ezama ukufakaza kusomabhizinisi. Engxenyeni yesibili, ummemezeli usebenzisa ukwahlulela okuhle. Ngemva kwalokho, cela izilaleli zisho ukuthi kungani indlela yesibili iphumelela kakhudlwana.
INgoma 96 Nomthandazo