ISimiso Sesonto Lika-August 24
ISONTO ELIQALA NGO-AUGUST 24
INgoma 21 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 29 ¶11-15 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: 2 AmaKhosi 5-8 (8 imiz.)
No. 1: 2 AmaKhosi 6:20-31 (3 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Yini Equkethwe Izincwadi Ezihlukahlukene ZemiBhalo YesiHebheru?—igw k. 30 (5 imiz.)
No. 3: UDowegi—Iphuzu Eliyinhloko: Qaphela Abantu Abathanda Okubi—si k. 56 isig. 21; g03 7/8 k. 17 isig. 6 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: “Mina nendlu yami, sizokhonza uJehova.”—Josh. 24:15.
15 imiz: Izidingo zebandla.
15 imiz: Ungakuthuthukisa Kanjani Ukukhulekela Komkhaya Emndenini Wakho? Ingxoxo esekelwe kuyi-Nkonzo Yethu YoMbuso ka-January 2011, ikhasi 6. Khuluma ngengxenye ethi imisebenzi yokuKhulekela Komkhaya etholakala ku-jw.org/zu. (Bheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE.) Gcizelela ukuthi ukukhulekela komkhaya kufanele kwenziwe ngokuvumelana nezidingo zomndeni futhi kufanele kuqinise ukholo kuJehova nasezithembisweni zakhe.
INgoma 130 Nomthandazo