ISimiso Sesonto Lika-December 8
ISONTO ELIQALA NGO-DECEMBER 8
INgoma 6 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 17 ¶1-8 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Joshuwa 1-5 (10 imiz.)
No. 1: Joshuwa 1:1-18 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Lokho Umoya Ongcwele Oyikho—rs k. 369 ¶3–k. 370 ¶1 (5 imiz.)
No. 3: Ukuphinga—Umuntu Angaba Kanjani Necala Lokuphinga Ngokomoya?—w10 1/15 k. 14 ¶15-16; rs k. 205 ¶1 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
Isihloko Senyanga: Khipha “izinto ezinhle” emcebweni omuhle esiphathiswe wona.—Math. 12:35a.
10 imiz: “Izinto Ezinhle” Esizozijabulela Kule Nyanga. Inkulumo. Qokomisa isihloko senyanga. (Math. 12:35a) Sathola amagugu angokomoya kumuntu owasifundisa iqiniso. (Bheka INqabayokulinda ka-April 1, 2002, k. 16, izig. 5-7.) Nathi kufanele sihlanganyele ‘izinto zethu ezinhle’ nabanye. (Gal. 6:6) Vusa isithakazelo ngokukhuluma ‘ngezinto ezinhle’ esizozifunda kule nyanga eMihlanganweni Yenkonzo. Sizosizwa sithuthukise amakhono ethu okufundisa, sifunde nokucula izingoma ezintsha.
20 imiz: “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukubonisa Umninikhaya Indlela Yokuqhuba Isifundo SeBhayibheli Ngencwadi Ethi Okufundiswa IBhayibheli.” Ingxoxo. Makube nomboniso wommemezeli ofaneleka kahle noma iphayona eliqhuba isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi Okufundiswa IBhayibheli.
INgoma 96 Nomthandazo