ISimiso Sesonto Lika-August 18
ISONTO ELIQALA NGO-AUGUST 18
INgoma 78 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 11 ¶17-22, nebhokisi ek. 116 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Numeri 10-13 (10 imiz.)
No. 1: Numeri 10:1-16 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Isizathu Sokuba Kudingeke Ukholo Lube Nemisebenzi—rs k. 113 ¶4–k. 114 ¶1 (5 imiz.)
No. 3: Izenzo Zabaphostoli—Ukuqala Nokukhula Okumangalisayo Kwenhlangano YobuKristu—bt k. 8 ¶13-14 ¶2 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
15 imiz: “Iminyaka Eyikhulu Yokumemezela UMbuso”—Ingxenye 1. (Izigaba 1-3) Ingxoxo esekelwe ezigabeni zokuqala ezintathu nasencwadini ethi Abamemezeli, amakhasi 259-260. Ngemva kokubuza umbuzo wesigaba 3, xoxa nabamemezeli ababili asebenesikhathi eside bengoFakazi. Bacele basho okuhlangenwe nakho ngomsebenzi wokushumayela ngesikhathi beqala ukuba abamemezeli.
15 imiz: “Iminyaka Eyikhulu Yokumemezela UMbuso”—Ingxenye 2. (Izigaba 4-6) Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 5 no-6, xoxa namaphayona amabili ngokuthi aye azihlela kanjani izimo zawo ukuze angenele inkonzo yesikhathi esigcwele.
INgoma 103 Nomthandazo