ISimiso Sesonto Lika-July 21
ISONTO ELIQALA NGO-JULY 21
INgoma 73 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 10 ¶8-17 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Levitikusi 25-27 (10 imiz.)
No. 1: Levitikusi 26:1-17 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Ingabe Bonke Abantu Bayosindiswa Ekugcineni?—rs k. 111 ¶3 (5 imiz.)
No. 3: Ingozi, Okwenzeke Ngengozi—Indlela ImiBhalo Ehlukanisa Ngayo Izehlakalo Ezenzeke Ngengozi Nezenziwe Ngenhloso—g90 10/8 k. 27 ¶1-6; w95 11/15 k. 11 ¶5-12 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
10 imiz: Ukuhlonishwa Ngenxa Yokuziphatha Kwethu Okuhle Nokungathathi Hlangothi KobuKristu. Ingxoxo esekelwe e-Ncwadini Yonyaka Ka-2014, amakhasi 120 no-149. Cela izilaleli zisho izifundo ezizitholile.
10 imiz: Ingabe Uzoba Iphayona Elisizayo Ngo-August? Inkulumo. Xoxa nabamemezeli ababili noma abathathu abahlela ukuba amaphayona asizayo ngo-August naphezu kokugula noma isimiso esimatasa. Yiziphi izinguquko abazenzayo ukuze babe amaphayona asizayo? Cela umbonisi wenkonzo asho amalungiselelo emihlangano yenkonzo yasensimini phakathi no-August.
10 imiz: “Ungibheka Kanjani UJehova?” Imibuzo nezimpendulo.
INgoma 65 Nomthandazo