ISimiso Sesonto Lika-June 16
ISONTO ELIQALA NGO-JUNE 16
INgoma 111 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 8 ¶17-24, nebhokisi ek. 86 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Levitikusi 6-9 (10 imiz.)
No. 1: Levitikusi 8:18-30 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Isizathu Sokuba Singathandazi “Kosanta”—rs k. 217 ¶1-3 (5 imiz.)
No. 3: U-Absalomu—Lahla Isifiso Sokuvelela Nobuzenzisi—w00 8/1 k. 11 ¶10-14 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
30 imiz: “Khumbulani Labo Abasemakhaya Asebekhulile.” Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 4, makube nomboniso omfushane wabamemezeli ababili abafanelekayo abaxoxa nomqondisi wasekhaya lasebekhulile ukuze bathole ukuthi bangakwazi yini ukuqhuba isifundo seqembu khona.
INgoma 90 Nomthandazo