Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 5/14 k. 2
  • ISimiso Sesonto Lika-May 19

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-May 19
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-MAY 19
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 5/14 k. 2

ISimiso Sesonto Lika-May 19

ISONTO ELIQALA NGO-MAY 19

INgoma 131 Nomthandazo

ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

cl isahl. 7 ¶9-17 (30 imiz.)

ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Eksodusi 30-33 (10 imiz.)

No. 1: Eksodusi 32:​1-14 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: IMiyalo Eyishumi Yaphela Kanye NoMthetho KaMose​—rs k. 122 ¶3–k. 123 ¶1 (5 imiz.)

No. 3: U-Abrahama​—Yiba Nokholo Ezithembisweni ZikaJehova​—w12 1/1 k. 3 ¶7–k. 4 ¶3 (5 imiz.)

UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 45

10 imiz: Okwenza Sibe Izikhonzi Zezindaba Ezinhle. Inkulumo enikezwa ngomdlandla esekelwe encwadini ethi Ukuhlelelwa, ekhasini 77 kuya ekhasini 78, isigaba 2. Cela izilaleli zisho ukuthi kungani ziyijabulela inkonzo.

10 imiz: Ungaba Iphayona Elisizayo Ngesikhathi Sakho Sokuphumula? Ingxoxo. Bukeza kafushane isigaba 1 ekhasini 113 encwadini ethi Ukuhlelelwa, uchaze izimfuneko zokuba iphayona elisizayo. Cela labo abake baba amaphayona asizayo ngesikhathi sabo samaholidi omsebenzi noma esikole ukuba basho izibusiso abaye bazijabulela. Bakhuthaze bonke ukuba bakucabangele ukuba amaphayona asizayo ngamaholidi azayo.

10 imiz: “Hlakulela Umkhuba Wokugcina Isikhathi.” Imibuzo nezimpendulo. Lapho nixoxa ngesigaba 4, cela izilaleli zisho ukuthi yini ezisiza ukuba zigcine isikhathi.

INgoma 44 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela