ISimiso Sesonto Lika-February 10
ISONTO ELIQALA NGO-FEBRUARY 10
INgoma 57 Nomthandazo
ISifundo SeBhayibheli Sebandla:
cl isahl. 2 ¶21-24, nebhokisi ek. 24 (30 imiz.)
ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:
Ukufundwa kweBhayibheli: Genesise 25-28 (10 imiz.)
No. 1: Genesise 25:19-34 (4 imiz. noma ngaphansi)
No. 2: Labo Abavuselwa Ukubusa NoKristu Bayofana Naye—rs k. 411 ¶1-5 (5 imiz.)
No. 3: Into Enyanyekayo—Umbono KaJehova Ngokukhulekela Izithombe Nokungalaleli—td 18; jr k. 154 ¶2 (5 imiz.)
UMhlangano Wenkonzo:
15 imiz: Yini Esiyifundayo? Ingxoxo. Makufundwe uJohane 4:6-26. Xoxani ngokuthi lokhu kulandisa kungasisiza kanjani ensimini.
15 imiz: “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukubhala Imininingwane Yabanesithakazelo.” Ingxoxo. Lapho nixoxa ngephuzu ngalinye ngaphansi kwesithi “Indlela Yokukwenza,” cela izilaleli zisho ukuthi kungani la macebiso ewusizo.
INgoma 98 Nomthandazo