Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 1/14 k. 3
  • ISimiso Sesonto Lika-January 27

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ISimiso Sesonto Lika-January 27
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
  • Izihlokwana
  • ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 27
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2014
km 1/14 k. 3

ISimiso Sesonto Lika-January 27

ISONTO ELIQALA NGO-JANUARY 27

INgoma 106 Nomthandazo

ISifundo SeBhayibheli Sebandla:

cl isahl. 2 ¶1-11 (30 imiz.)

ISikole Senkonzo Esingokwasezulwini:

Ukufundwa kweBhayibheli: Genesise 17-20 (10 imiz.)

No. 1: Genesise 17:18–18:8 (4 imiz. noma ngaphansi)

No. 2: UJesu Akayanga Ezulwini Ngomzimba Wenyama—rs k. 409 ¶2-4 (5 imiz.)

No. 3: Abha—Igama Elithi “Abha” Lisetshenziswe Kanjani EmiBhalweni, Futhi Abantu Balisebenzise Kanjani Kabi?—w09 4/1 k. 13; w91 10/15 k. 8 ¶4 (5 imiz.)

UMhlangano Wenkonzo:

INgoma 121

5 imiz: Qala Isifundo SeBhayibheli NgoMgqibelo Wokuqala Enyangeni. Inkulumo. Chaza amalungiselelo ebandla enkonzo yasensimini ngoMgqibelo wokuqala ku-February, ukhuthaze bonke ukuba babe nengxenye. Makube nomboniso omfushane kusetshenziswa intshumayelo esikiselwe esekhasini 4.

15 imiz: Iyini Imigomo Yakho Engokomoya? Ingxoxo esekelwe encwadini ethi Ukuhlelelwa, ikhasi 117, isigaba 2 kuya ekugcineni kwesahluko. Xoxa nommemezeli oyedwa noma ababili abaye bafinyelela imigomo yabo yenkonzo yesikhathi esigcwele. Yisiphi isikhuthazo abasithola kwabanye? Yiziphi izingqinamba abaye bazinqoba? Yiziphi izibusiso abaye bazijabulela?

10 imiz: “Imizila Kamagazini—Iwusizo Ekuqaleni Izifundo ZeBhayibheli.” Imibuzo nezimpendulo. Cela izilaleli zichaze indlela ezakwazi ngayo ukuqala isifundo seBhayibheli nomuntu osemzileni kamagazini.

INgoma 103 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela